Lesi isihlahlaba esisakhambi, esikwaziyo ukumelana nesomiso. Ngakho ungasitshala engadini yakho noma ungakukhonzile ukuchelela. Sithanda ukukhula kahke laoho sitshalwe khona elangeni. Sinezimbali ezinhle ezikhanga izinyosi, nezinyoni (kakhulukazi izincwincwi) ngomubala osawolinshti.
Yize singahlobene nensangu, kade sivamise ukubhenywa abantu basemakhaya. Siphinde sisethenziswa ukwelapha izifo eziningi, okubalwa kuzo; ikhanda elihambisana nemfiva kanye nokulunywa inyoka.
Ngokwemvelo, siyaye sishiswe umlilo noma unqgoqwane ukuze siqhakaze kangcono ngokulandelayo. Ungasitshala engadini yakho ukuze kuvakashe lezilwanyana esizishilo ekuqaleni.
Ngengoba kuyi Nkwindla usithola siqhakazile ngokusawolinsthi ezindaweni esizokhalweni kanye naseduze kwe mimfudlana, siyatholakala khona la eMpophomeni.
Beautiful pictures of one of our stunning winter flowering plants. Every garden should have some.
LikeLike
Thank you for your encouragement and support Thulani.
LikeLike